13/09/2024
Nginibingelele mphakathi namaphethelo ngaphansi kwegama nomsebenzi womalume.
Ngithi angichaze futhi singomalume sithutha ingane from ekhaya ukuya eskoleni siphinde sizibuyise.
Ngyathemba ninokuzibona lezomoto ,izimoto ezisemthethweni ezithutha izingane zeskole zinama stickers futhi zingaphansi kwe Office i Dundee Scholar Transport (DST).
Syacela mzali nakunina nonke mphakathi nama phethelo ukuthi uqinisekise ukuthi umtwana wakho ugibela imoto esemthethweni ukugwema ezinye zenqinamba eziyaye zivele.
Imoto engenaso i sticker ayikho ngaphansi kwe Office DST.
N**i imoto ezisemthethweni, Azikapheleli.