Lalela Couriers

Lalela Couriers We operate a shared courier system to keep costs affordable. You can also hire us at R15 per kilometre.

Siyahlanganisa ama-parcels, siyakuthengela (iRunner), futhi siyalanda izinto ezisukela kuma-small parcels kuya kwezinkulu ezifana nefenisha.

Kusasa and Sunday (early) we are available for ukusiqasha mangabe ufisa ukuthutha izimpahla noma imfuyo.Sithinte manje n...
04/09/2026

Kusasa and Sunday (early) we are available for ukusiqasha mangabe ufisa ukuthutha izimpahla noma imfuyo.

Sithinte manje ngo WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

04/09/2026

Uvukile uMalambane. Yazi lemoto isho ukuthi u-LALELA iRunner is ON and operating now. From now on usungasithuma noma ungazi isitolo ne price, angithi thina sizogijima size sifike khona and check everything. We will send you pictures too ukuze u confirme

Monday, 07 September, siyabuya njalo. Ufunani?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

CONFIRMED!Sicela ibambane ku WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.Lalela Couriers  - Sizwa Ngawe πŸ™πŸΌ.
04/09/2026

CONFIRMED!
Sicela ibambane ku WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.

Lalela Couriers - Sizwa Ngawe πŸ™πŸΌ.

04/09/2026

TV Stand & 2 Couches kudayisa ngayo lemali. Ama Second Hand, umnikazi uyahamba eThekwini so akasakudingi. Ayibuzani, ayiceli Discount, if ukuthanda thenga πŸ™πŸ½.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Monday, 07 September, sizobe sisuka njalo eThekwini. Uphathisa ini?

Indlela esizikhandla ngayo for nina, Customers, yazi anazi... 4 hours of collecting and buying edilobheni, sisazobamba u...
03/09/2026

Indlela esizikhandla ngayo for nina, Customers, yazi anazi... 4 hours of collecting and buying edilobheni, sisazobamba ulayini, siqukule. Lo 4 hours uphenduka u 6 hours 🀞🏼, mase usuka lapho uyothatha outside of Durban C*D. Masisuka lapho siyodiliva in deep rural areas.

Siyaxolisa masifika / sizofika ebusuku.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252 mawufuna ukusiphathisa.

Silalela Wena kodwa ekugcineni as Lalela Couriers πŸ™πŸΌ

Siyathenga, Siyaqoqa, Siyahamba. Friday and  Saturday sizobe senza njalo eThekwini. Monday sizobe sidiliva. Thursday siy...
03/09/2026

Siyathenga, Siyaqoqa, Siyahamba. Friday and Saturday sizobe senza njalo eThekwini. Monday sizobe sidiliva. Thursday siya eGoli, soshaya i U-Turn sibuye Friday.

Mawufuna ukusiphathisa sicela usixine ku WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.

Lalela Couriers - We are your rural courier partner πŸ™πŸΌ.

Delivered πŸ™πŸΌ Izingubo eSicayeni from Durban, Lobola Home. Siyathenga, siyadiliva. Friday sizobe sikhona eThekwini futhi ...
03/09/2026

Delivered πŸ™πŸΌ Izingubo eSicayeni from Durban, Lobola Home. Siyathenga, siyadiliva. Friday sizobe sikhona eThekwini futhi and sizobe senza into efanayo. Sicela ukuphathiswa njalo ngoba sizosuke sihlale 2 weeks singayi ndawo mase nithi sesiyanizonda.

Uphathisa noma yini, as long as isemthethweni nje. Ukusiphathisa kulula kakhulu; WhatsApp: 0350012252.

Lalela Couriers - We are here to offer BEST courier service.

Nakuwe siyeza and sizofika ebusuku makuphoqa. Thina singomkhaya bakho, we understand the struggle of having to gibela to...
03/09/2026

Nakuwe siyeza and sizofika ebusuku makuphoqa. Thina singomkhaya bakho, we understand the struggle of having to gibela to Durban or Johannesburg uyofuna into uphinde ube nenkinga yokuyisa ekhaya. Iphupho lethu ukuthi kungabi nomuntu wasemakhaya ozohlupheka enemali yokuthenga ngenxa yokuthi akana plan yokuletha izinto ekhaya.

Ufuna ukusiphathisa? Siyathengelana njalo futhi, awudingi ukuthi ugibele uye eThekwini mase uyasiphathisa. Sizokuthengela mase siyakulethela, wena naka izinto zasegcekeni.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALELA COURIERS - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

Freshly Delivered from Durban to Nongoma, koMbuzi. Uthando abasinike lona cishe lwasibulala, siyabonga wesisi Neli πŸ™πŸΌ. U...
03/09/2026

Freshly Delivered from Durban to Nongoma, koMbuzi. Uthando abasinike lona cishe lwasibulala, siyabonga wesisi Neli πŸ™πŸΌ. Ukhokhe kahle ke futhi 😜.

Uma unento ofisa ukuyiphathisa from anywhere, WhatsApp us on 0350012252 βœ…οΈ.

Lalela Couriers - Siyohlale Sikulalela Njalo πŸ™πŸΌ.

Address

Nongoma

Opening Hours

Monday 06:00 - 17:00
Tuesday 06:00 - 17:00
Wednesday 06:00 - 17:00
Thursday 06:00 - 17:00
Friday 06:00 - 17:00
Saturday 06:00 - 17:00
Sunday 08:00 - 15:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lalela Couriers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share